رَمَضانُ تَجَلّى وَابْتَسَمَ
طُوبَى لِلْعَبْدِ إِذَا اغْتَنَمَ
URamadan ubonakala, emuhle futhi emomotheka
Ubusisiwe inceku uma izuza izinzuzo zayo!
أَرْضَى مَوْلَاهُ بِمَا الْـتَـزَمَ
طُوبَى لِلنَّفْسِ بِـتَـقْوَاهَا
Uyakholisa iNkosi yakhe ngokugcina [izenzo zokukhulekela]
Ubusisiwe umphefumulo ngenxa yokuzinikela kwawo!
رَمَضَانُ زَمَانُ الحَسَنَاتِ
رَمَضَانُ زَمَانُ البَرَكَاتِ
URamadan yisikhathi sezenzo ezinhle
URamadan yisikhathi sezibusiso
رَمَضَانُ مَجَالُ الصَّلَواتِ
يَسْمُو بَالنَّفْسِ لِمَوْلَاهَا
URamadan yisikhathi sokuthandaza
Lapho umphefumulo ukhuphukela eNkosini yawo
رَمَضانُ تَجَلّى وَابْتَسَمَ
طُوبَى لِلْعَبْدِ إِذَا اغْتَنَمَ
URamadan ubonakala, emuhle futhi emomotheka
Ubusisiwe inceku uma izuza izinzuzo zayo!
أَرْضَى مَوْلَاهُ بِمَا الْـتَـزَمَ
طُوبَى لِلنَّفْسِ بِـتَـقْوَاهَا
Uyakholisa iNkosi yakhe ngokugcina [izenzo zokukhulekela]
Ubusisiwe umphefumulo ngenxa yokuzinikela kwawo!
رَمَضَانُ طَهُورُ الأَرْوَاحِ
رَمَضَانُ زَمَانُ الأَفْرَاحِ
URamadan yisikhathi sokuhlanzwa komphefumulo
URamadan yisikhathi senjabulo
رَمَضَانُ مَنَارُ الإِصْلَاحِ
فِي دُنْيَا النَّاسِ وَأُخْرَاهَا
URamadan umhlahlandlela wokulungisa izinto
Kule mpilo nempilo ezayo
رَمَضانُ تَجَلّى وَابْتَسَمَ
طُوبَى لِلْعَبْدِ إِذَا اغْتَنَمَ
URamadan ubonakala, emuhle futhi emomotheka
Ubusisiwe inceku uma izuza izinzuzo zayo!
أَرْضَى مَوْلَاهُ بِمَا الْـتَـزَمَ
طُوبَى لِلنَّفْسِ بِـتَـقْوَاهَا
Uyakholisa iNkosi yakhe ngokugcina [izenzo zokukhulekela]
Ubusisiwe umphefumulo ngenxa yokuzinikela kwawo!
رَمَضَانُ يُكَفِّرُ مَا فَرَطَا
مِنْ خَطَإِ النَّاسِ وَمَا اخْتَلَطَا
URamadan ulungisa amaphutha
Abantu, nezono zabo
فَعَسَى مِنْ عَفْوِ اللّٰهِ عَطَا
لِقُلُوبِ الأُمَّةِ يَرْعَاهَا
Kwangathi uAllah ngoxolo Lwakhe
Angagcwalisa izinhliziyo ze-Umma ngothando Lwakhe olunakekelayo